Shopping Cart

Whatsapp: 0713394814 | Call: 0319404242

1-3 Days Discreet Delivery
Injabulo Yo'cansi Nokukhulelwa Pleasure with pregnancy

Injabulo Yo’cansi Nokukhulelwa

Ngaphambi kokuth siqale, abantu besifazane kumele bazi ukuth kwenzekalani emzimbeni wakhe mayeMithi. Umzimba womuntu omithi, uyashintsha, umunt wesfazane uyakhuluphala, amabele ayakhula, isifiso sokudla, siyanda. Umzimba uzoba nespiliyoni esithusayo ngokomzwelo.
kodwa izispiliyoni siyahlukahluka kubantu besmame abahlukene.
Siselapho, nakocansi, abafani abantu, siyazi ukuth vele ucansi mawumithi, akusiyona into elula ukuyenza, ngoba amabele asuke ebhlungu (kwabanye abantu besfazane), uqala ukukhuluphala isisu. Ucansi liqale libukeke ngathi into enzima. Kodwa thina eSecret Corner, sizokuthi Fahla fahla ngezinto ezingakusiza zenze inkonzo yasekamereni iqubeke, ibemnandi.

  1. Ucansi mawukhulelwe luphephile nodokotela bavumelana nathi. siyaz ukuth kuba nezinto ekungamelanga izicabange nokuzicabanga, ngengogwayi, utshwala nokudla inhlanzi ehlaza. Lento yokuth mawenza ucansi kuzolimaza ingane ekhanda, ayikho nokuba yikho, ngoba ingane ivikelwe isisu nemsipha yesbeletho, so ingane iphephile ngokweqiniso.
  2. Mawukhulelwe, umzansi womuntu wesfazane uba nokuvutha okweqile ngokwenjwayelo. lokho kusho ukuth umuntu wesfazane ubabucayi ezansi, kodwa lokho kumemiphumelo enye enhle, njengokuth ikwenza ukuthi ukelula ukuthi ube umvuthondaba njalo njalo.
  3. Ezinye ikhundla zibalula kunezinye mawukhulewe ecansini. Ukulala ngecele, isona abasivumile kakhulu. Ulale ngecala sokudla noma esokunxele, unethezeke, uvumele uzakwenu ekuhlinzeke izidingo zakho zocansi, phela wena uthwele umthwalo abalulekile.
  4. Ukuzithemba kubalulekile mawukhulelwe. Abantu besfazane abaningi mabekhulelwe baqala ukungazithembi, abathembi nemzimba yabo. Ukukhulelwa kuyawushintsha umzimba. Kuze ukhuphule ukuzithemba, kmele uzithande mawukhulelwe, khumula uhambe mapunapuna, ukhulume nengane yakho, ukhulume nomzimba wakho, uzitshele ukuth wena nengane nibahle, zibuke esbukweni, uzikhumbuze ukuth uyashisa and usaziBabela nje.
  5. Amathoyizi ocansi: makuthi uke wawasebenzisa amathoyizi ngaphambilini, kmele wazi ukuth noma usukhulelwe, ungaqubeka uwasebenzise. Makuthi uzobe uqala, ziningi izinto okumele uzifunde ngaphambilini, njengokuth iyiphi ekufanele. Unganxami, thina eSecret Corner sinawo amatoys abantu abezobe beqala ukuwasebenzisa, nawaba’kade baqala, sebefuna ukuzwa amanye. Kodwake kumele wazi ukuth kfanele uqaphele mawusebenzisa ithoyizi, ungazilimazi ngoba awaqinanga ngokufana nomthondo. Mawucabanga ukuthola itoyizi, noma ukusebenzisa obunalo, beka ukuth impahla eyenzwe ngayo i”PHTHALATE FREE” ngoba lempahla iba ingozi mawukhulelwe.

6. Izithambiso
Ithambiso kumele uqaphisise kakhulu, funda, ufundisise umbalo obalwe kuyisthambiso sakho. Amanye abanamaphunga namathumbu angahambisani nomuntu okhulelwe. Mawungazi, noma ungawathembi, ungawasebenzisi. eSecret Corner siyabanazo izithambiso ezenzwe ngezithakho zemvelo njengoPhawu lakwa “PJUR”, yiza uzozizwela. Uzozisholo wena.

Sithembe ukuth lemininingano eziniphe yona izokwaz ukunisisa, kukho’konke khumbula ukuth njengoba ukhulelwe, uwena obalulekile, kumele uzibeke phambili nengane yakho.

 

Siyanithanda ZiMbokodo

Leave a Reply
Free Countrywide Delivery

On all orders above R850

Discreet Service

We know how to keep a secret

Quality Products

We have a great sex toy collection

100% Secure Checkout

Payfast / EFT / Ewallet